Lyrics

Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa bani na Sengiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa ubani na Sengiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela ubani na Olusizi olungaka babo Ngiyolethulwa ngubani babo ngubani nkosi yami Lolusizi olungaka nkosi yami olungaka bo Ngiyolethulwa ngubani nkosi yami ngubani baba Ongiyokhala kuyozwa bai na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Osimye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Osimye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Nngiyokhala kuyozwa bai na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Segiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Awu mina ngiyintandane babo ngiyintandane nkosi yami Ongiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na Awu mina ngiyintandane babo ngiyintandane nkosi yami Segiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyodliwa yizingonyama nkosi Yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyodliwa yizingonyama somandla (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Kolusizi olungaka madoda (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyokhala kuyosabela ubani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Simye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Maye maye babo Osimaye maye nkosi yami awu maye babo Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa bani na Sengiyokhala kuyosabela usomandl na kuyosabela bani na Olusizi olungaka madoda olungaka bo Sengiyothulwa ngubani na ngubani wesomandla Abasekho abakithi ekhaya abasekho bonke Sengiyokhala kuyosabela bani na kuyosabela ubani na Abasekho abakithi (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Segiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemza idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemeza ezinkalweni babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyakhala idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemeza ezintabeni bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Ma ngikhala kuyozwa bani na(Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyodliwa ngamnqe (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyodliwa yizingonyama babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemza idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemeza ezinkalweni nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyakhala idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Liyamemeza ezintabeni babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Mangikhala kuyozwa bani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyodliwa yizingonyama mina (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani) Sengiyomemeza kuyosabela bani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out