play full song
Top Songs By Nqubeko Mbatha
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Nqubeko Mbatha
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Nqubeko Mbatha
Composer
Lyrics
Ngokulandela, Msindisi
Kuzo zonke izinsizi
Laphu'khona ngolandela
Yebo ngizolandela
Ngokulandela, Msindisi
Wena owachithwi'gazi
Noma bonke bekudela
Yebo ngi, ngom'sa ngizolandela
Ngokulandela, Msindisi
Wena owachithwi'gazi
Noma bonke bekudela
Ngom'sa ngizolandela
Sengiyonamathela kum'sindisi wami
Angisoze
(Angisoze ngamdela yena)
Mina sengiyonamathela
(Sengiyonamathela)
Kum'sindisi wami (Kum'sindisi wami)
Angisoze mina
(Angisoze ngamdela yena)
Noma bonke bekudela
Ngom'sa ngizolandela
Nomi'ndlela inameva
Njengolwandle lugubha
Wayihamba leyo ndlela
Ngakho ngizolandela
Ngokulandela, Msindisi
Wena owachithwi'gazi
Noma bonke bekudela
Ngom'sa ngizolandela
Mina sengiyonamathela
(Kum'sindisi wami)
Angisoze
(Angisoze ngamdela yena) Angisoze ngamdela yena
Yena, yena
Unomusa
(Unomusa nothando)
Nokubekezela (Nokubekezela)
Esathwala (Esathwala) esathwala (izono zami)
Esathwala
Esiphambanweni
(Esiphambanweni, esiphambanweni)
Wabethelwa (Wabethelwa khona ngenxa yam)
Thando olukhulu lwanikelwa mina esathwala
(Esathwala izono zami)
Khona lena esiphambanweni
(Esiphambanweni) Khona lena, (esiphambanweni)
Wabethelwa, wabethelwa (Wabethelwa khona ngenxa yam)
Thando olukhulu lwanikelwa mina esathwala
(Esathwala izono zami)
Noma bonke bengam'shiya
Mina ngizomlandela
Nabantu babone ngihambis'kwakhe
Hamba ke no Jesu, yena uyokuhola
Yonke imihambo yakh, ukuba ilunge
Um'landele eduze
Ezinyathelweni
Umdumise njalo
Nasehluphekweni
Noma bonke bekudela
Mina ngizom'landela
Noma bonke benganela
Mina ngizom'landela
Angisoze ngahlukana
Nongithanda kangaka
Njalo sothandana naye khona la khona le
Noma bonke bekudela
Mina ngizolandela
Noma bekathala
Mina ngizolandela
Ngobu'yabathwala abakhe
Uyabahola endleleni
Noma bonke bekudela
Mina ngizolandela
Writer(s): Nqubeko Mbatha
Lyrics powered by www.musixmatch.com