Top Songs By Brenda Mtambo
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Brenda Mtambo
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Brenda Mtambo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Brenda Mtambo
Producer
Lyrics
Waz'ukujula kwenhliziyo yami ehe-ee-ee (Umhlobo wam)
Noma ngiphel' amandla, uyangazi (Umhlobo wam)
Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe
(Ngangi'lahlwe okwempela)
(Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam)
Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe
(Ngangi'lahlwe okwempela)
(Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam)
Sewakhile enhlizweni (Umhlobo wam)
Nguy' omkhul' ezihlotsheni (Umhlobo wam)
Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe
(Ngangi'lahlwe okwempela)
(Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam)
Ngoba nguye (Ngoba nguye, owangimela) Ngangi'lahlwe
(Ngangi'lahlwe okwempela)
(Ngal'uthando) Wa, wangifela (Umhlobo wam)
Uyauthwalu' umthwalo wami (Umhlobo wam)
Wongithwala nami ngempela (Umhlobo wam)
(Wayehlatshwa njengemvana)
(Az' angenz' owakh' umtwana)
(Yek' inhlanhla) Yokwazana (Umhlobo wam)
(Wayehlatshwa njengemvana)
(Az' angenz' owakh' umtwana)
(Yek' inhlanhla) Yo, yokwazana (Umhlobo wam)
Yokwazana, yokwazana
Yokwazana, yokwazana
Waz'ukujula kwenhliziyo yam', kwenhliziyo yami
Waz'ukujula kwenhliziyo yam', kwenhliziyo yami
Noma ng'khathele (Uyangazi)
Noma ng'khathele (Uyangazi)
Noma ng'dikibele (Uyangazi)
Noma ng'dikibele (Uyangazi)
Uyangazi, uyangazi, uyangazi, uyangazi
Uyangazi, uyangazi, eee uyangazi
Writer(s): Brenda Mtambo
Lyrics powered by www.musixmatch.com