Music Video

Joyous Celebration - Ngingowakho (Live at Grace Bible Church - Soweto, 2015)           
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Lyrics

Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Oh baba ngingowakho mina Ngingowakho Jesu wami, ngingowakho njalo Yebaba ngicela ukuhlala nawe mina Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Yebaba ngingowakho(ngingowakho) Ngingowakho Jesu wami, ngingowakho njalo Ngicela ukuhlala nawe baba Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba njalo baba Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba ngohamba nawe njalo Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba ngonyathela eduze kwakho Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Yebaba ngingowakho(ngingowakho) Jesu wami, ngingowakho njalo Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Yebaba ngingowakho(ngingowakho) Jesu wami, ngingowakho njalo Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba njalo baba Ngingehlukaniswe nawe njalo nkosi, noma ngisahamba ngohamba nawe ngonyama Ngingehlukaniswe nawe ngohamba nawe Jehova, noma ngisahamba nyathele eduze nawe nkosi Ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba Anginakho ukuyinik' omunye intliziyo yam, yeyam Yeyakho Jesu wami, yeyakho nkosi yami baba Kuze kube nini Anginakho, anginakho, anginakho ukuyinik' omunye Yeyakho Jesu wami baba, yeyakho nkosi yami NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Yeyakho baba NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Yeyakho Jehova NgekaJesu yena yedwa, yeyakho baba, kuze kube nini Thatha uqobolwami NgekaJesu yena yedwa, yena yedwa, kuze kube nini Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Heyakho Jehova NgekaJesu yena yedwa (heyakho ngonyama), kuze kube nini (Ngihlale ngibe)ngibe yisithandwa sakho, kube naphakade(ngingowakho baba) Ngibe yisithandwa sakho kube naphakade(ngeyakho baba) Ngibe yisithandwa sakho(yena yedwa), kuze kube nini(ngeyakho Jehova) NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Ngeyakho baba NgekaJesu yena yedwa(yena yedwa), kuze kube nini NgekaJesu yena yedwa(yena yedwa), kuze kube nini Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Wo wo, wo wo Heyakho NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Heyakho NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Heyakho NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Ngeyakho NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Ngeyakho baba NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini NgekaJesu yena yedwa, kuze kube nini Wo wo, wo wo
Writer(s): Public Domain Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out