Credits
COMPOSITION & LYRICS
Jacob Thabo Mahlalela
Songwriter
Musa BUTHELEZI
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Casmo marsiano
Mixing Engineer
Lyrics
UNkulunkulu wanginikeza isphiwo
Wathi mntanami uzocala ku zero
Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero
Noma beku user ungaphuki inhliziyo
Ingakho ngithi masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah
Noma impilo inzima masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah
Noma impilo inzimaa
Ngiyathula noma ayithulisi
Ngiyahleka noma ayihlekisi
Igamalami seliphenduke inhlekisa
Ng'munca isithupha noma inkomo ngingayi hlinza
Makunamalangabi mina ngiwu parafin
Bayithola seyivuthiwe kodwa abalazi iziko
Ngizosebenza angeke ngiphelumoya
Ngiyazi usithanda sonke ubaba God
Bathi i vili liya jika
Isimo siyajika
Akekho owaziyo
Isimo singashintsha
UNkulunkulu wanginikeza isiphiwo
Wathi mntanami uzocala ku zero
Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero
Noma beku user ungaphuki inhliziyo
Ingakho ngithi masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah
Noma impilo inzima masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah
Noma impilo inzimaa
Noma impilo inzimaa
Noma impilo inzimaa
Noma impilo inzimaa
Mihla nezolo ngiyakhuleka
Ngelinye ilanga amasango azokuleka
Kuyoba ngathi azange sihlupheke
Nomakunzima mnganami masiqhubeke
Masinda ezama akanalishwa
Vele usathane isicalekiso
Usifisela okubi usibeke iliso
Masiguqe ngamadolo sikhuleke
Ithemba alibulali mnganami nje liyadanisa
Silinde umhlozayo njengebanjwa lisejele sithwele kanzima
UNkulunkulu wanginikeza isphiwo
Wathi mntanami uzocala ku zero
Kodwa ekugqineni bazokubiza nge hero
Noma beku user ungaphuki inhliziyo
Ingakho ngithi masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima nomakunzimaaah
Noma impilo inzima masibekezeleeeh
Noma sidontsa kanzima noma kunzimaaah
Noma impilo inzimaa
Writer(s): Jacob Thabo Mahlalela, Msawenkosi Malowa
Lyrics powered by www.musixmatch.com